Hlanganyela noMhlonishwa uMeya Chris Pappas BUKHOMA oKhozini FM namhlanje ebusuku emva kwehora lesishiyagalombili (20H10) lapho ezobe ethula ezakamuva ngezinhlelo zokuthunyelwa kwezidingo emphakathini kanye namazwibela esabelomali somkhandlu azosethula.